MEMEZA LYRICS BY BLAQ DIAMOND FT. SJAVA

[Intro]
Uh Wewuh Hhalala yeh hhe eh mmm
Uh we, uh we, uh we, uh we, uh
Wewu Uh we, uh weh, (uh Wewu)
Uh we, uh we, uh we, uh we, uh
Wewu Uh Wewu hhaaayi uh Wewu

[Chorus: Sjava x BlaqDiamond]
Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza
kodwa akekho osabelayo
Seng’ze ngasha nezwi
ngimemeza ngimemeza
kodwa akekho osabelayo
Kodwa makumemeza bona hhayi
I’m always there when they need me,
they need me ngyasabela
Kodwa makumemeza bona hhayi
I’m always there when they need me,
they need me ngyasabela

[Verse 1: BlaqDiamond]
Webafethu kanti yini eyanenza ningasabeli
Eyanenza ningasabeli mangkhala nami
Bengithi izandla ziyagezana eh
Ziyagezana Bengithi izandla ziyagezana eh
Zyagezana Woh kanti ng’namanga
ng’namanga ng’namanga ng’namanga ng’yazikhohlisa
Woh kanti ng’namanga ng’namanga
ng’namanga ng’namanga ng’yazikhohlisa mina

[Verse 2: BlaqDiamond]
Ngamane ng’themb’ itshe
K’nokuthi ng’thembe umuntu Eh
Ngoba umuntu uzok’jikela es’wini njengo tshwala
Ngamane ng’themb’ itshe
K’nokuthi ng’thembe umuntu Eh
Ngoba umuntu uzok’jikela es’wini njengo tshwala
Aw Ngoba izolo lokhu bafika kimi
Bebedinga usizo, ngabanika
Kodwa mang’badinga ababonwa
Aw Ngoba izolo lokhu bafika kimi
Bebedinga usizo, ngabanika
Kodwa mang’badinga ababonwa (Bashabalele) '

[Chorus: Sjava x BlaqDiamond]
Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza
 ngimemeza kodwa akekho osabelayo
Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza
kodwa akekho osabelayo
Kodwa makumemeza bona hhayi
I’m always there when they need me,
they need me ngyasabela
Kodwa makumemeza bona hhayi
I’m always there when they need me,
they need me ngyasabela

[Verse 3: Sjava]
Makuwuwe ng’khala nawe
Makuyimi ng’khala ngedwa
Makuwuwe ng’khala nawe
‘Makuyimi ng’khala ngedwa
Seng’qanjwe negama elisha
UmaBizwa Asabele hlala nami
Nkosi Seng’qanjwe negama elisha weh
UmaBizwa Asabele
Ngithi angi’lfuni Namhlanje k’nje nje nje
Ingenxa yok’lunga kwami i care too much
Namhlanje k’nje nje njena nje
Ingenxa yo’klunga kwami I care too much

[chorus: Sjava x BlaqDiamond]
Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza
ngimemeza kodwa akekho osabelayo
Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza
kodwa akekho osabelayo Kodwa makumemeza bona hhayi
I’m always there when they need me, they need me ngyasabela
Kodwa makumemeza bona hhayi
I’m always there when they need me, they need me ngyasabela

[outro]
Uh we ,uh we ,uh we ,uh we ,uh
Wewuh Uh we , uh weh ,
(kodwa akekho oSabelayo)
Uh we ,uh we ,uh we ,uh we ,uh
Wewu Uh Wewu hhaaayi (bashabalele)
Sabela ,Sabela ,Sabela Sabela hhaaaa

No comments:

Post a Comment