MASIYEKE LYRICS BY NAMELESS BAND
Masiyeke
Wathatha uthando
lwami wadlala
ngalo
wayiphula
wayilahla
inhliziyo
angeke ngikuvumele
mina sengiqedile
siyeke
uthando olunjena
aluvamile
lukhanya
okwenkanyezi
egqamile
angeke ngikuvumele
mina sengiqedile
um’ inhliziyo
yami
ibangwa bezibi
ngingaba yini
ngaphandle kwakho
suthi asiyeke
ngempela asiyeke
ngingaba yini
ngaphandle kwakho
masiyeke
wathatha uthando
lwami wadlala
ngalo.
wayiphula wayilahla
inhliziyo
angeke ngikuvumele
mina sengiqedile.
masiyeke uthando
olunjena aluvamile
lukhanya okwenkanyezi
egqamile.
angeke ngikuvumele
mina sengiqedile.
inkulumo yakho
iyangimangaza
inhliziyo yami
soze yakukhohlwa
uthi asiyeke
ngempela asiyeke
noma lokho
kubuhlungu.
ngithi kodwa baby
wami.
masiyeke wathatha
uthando lwami
wadlala ngalo
wayiphula wayilahla
inhliziyo
angeke ngikuvumele
mina, sengiqedile
siyeke
uthando olunjena
aluvamile
lukhanya okwe
nkanyezi egqamile
angeke ngikuvumele
mina sengiqedile
ohhh sengiqedile
angeke ngikuvumele
udlale ngenhliziyo
yami.
thina masiyeke eeh
masiyeke x2
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
-
Where to go I do not know Looking for answers why I do not know You are no longer listening You are no longer interested You are ...
-
Ekoti te ( you missed the shot). Dj Mopao frontiere ya liwa, kanga foto (Dj Mopao the border of death, take a photo) Tutu Roba Ve...
-
Be ka ntsentxa toronkong (it can land me in jail) bjala (alcohol) Be ka ntsentxa toronkong (it can land me in jail) bjala (alcohol...
No comments:
Post a Comment