EMZINI KABABA LYRICS BY BLAQ DIAMOND


[Intro]
((ush ush ush), khuuuza baba khuza!(khuza khuza khuza),Khuzaa!

[Chorus]
Wemolokazana why udal'izinkinga wena(x2) (khuza baba khuza khuza)
Emzini kaBaba yhee, emzini kabab(khuza khuza khuza), emzini kaBaba(ohhoo) emzini kabab. (x2)

[Verse 1]
Umakhi uyang'tshela, uyang'hlebela. kuthi wena awsalal'ekhaya
Sekuphele four amalanga.
Uyang'delela, kahle kahle uyang'chwentsa.
ubukisa ngami emphakathini, uth'abantu abathini?
Zothumela incwadi ebazalini, bekulande kusasa ekuseni ngeKariji(carriage), kzosiza ukuthi uqale upakishe, uphume kimi wena Lwabish.

[Chorus]
Wemolokazana why udal'izinkinga wena?(x2) (khuza baba khuza khuza)
Emzini kaBaba yhee, emzini kabab(khuza khuza khuza), emzini kaBaba(ohhoo) emzini kabab. (x2)
Wemolokazana why udal'izinkinga wena?(x2) (khuza baba khuza khuza)
Emzini kaBaba yhee, emzini kabab(khuza khuza khuza), emzini kaBaba(ohhoo) emzini kabab. (x2)

[Verse 2]
Molokazana wena, lokho waganwa wena
inyaka nyaka yodwa. Thetha amacala wodwa.
Uyivilavoco makoti, awusena msoco makoti.
Wena awsathezi kulamalanga futhi awsapheki kulamalanga.
Baba khuzani bant'abadala naku kulel'ikat'eziko.
Baba khuzani bant'abadala Umnkami semil'impiko(semile iympiko umkam x2)

[Chorus]
Wemolokazana why udal'izinkinga wena?(x2) (khuza baba khuza khuza)
Emzini kaBaba yhee, emzini kabab(khuza khuza khuza), emzini kaBaba(ohhoo) emzini kabab. (x2)
Wemolokazana why udal'izinkinga wena?(x2) (khuza baba khuza khuza)
Emzini kaBaba yhee, emzini kabab(khuza khuza khuza), emzini kaBaba(ohhoo) emzini kabab. (x2)

No comments:

Post a Comment